Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 19:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 UZakewu wema wathi eNkosini; Bheka, Nkosi, inxenye yempahla yami ngiyipha abampofu; futhi uma ngithathe utho kumuntu ngamanga, ngimbuyisela ngokuphindwe kane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kodwa uZakewu wasukuma, wathi eNkosini: “Bheka, Nkosi, ngipha abampofu inxenye yempahla yami; kuthi uma ngimaphucile umuntu into ngamacebo, ngiyibuyisa iphindwe kane.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Kepha uZakewu wasukuma, wathi eNkosini: “Nkosi, ngipha abampofu ingxenye yempahla yami; kuthi uma ngimqolile umuntu okuthile, ngikubuyisele kuye sekuphindwe kane.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 UZakewu wema wathi eNkosini; Bheka, Nkosi, inxenye yempahla yami ngiyipha abampofu; futhi uma ngithathe utho kumuntu ngamanga, ngimbuyisela ngokuphindwe kane.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 19:8
22 Referans Kwoze  

Kumelwe alibuyisele iwundlu ngokuphindwe kane, ngoba yenze le nto nangenxa yokuthi yayingenasihawu.


Khona-ke kumelwe basivume isono sabo abasenzile; uyakubuyisela isiphambeko sakhe ngekhanda layo, enezele okwesihlanu kwakho, amnike lowo one ngako.


Kodwa uma etholwa, kufanele abuye kasikhombisa; kumelwe anikeze zonke izinto zendlu yakhe.


Thengisani ngempahla yenu, niphe izipho; zilungiseleni izikhwama ezingagugiyo, ingcebo engapheli ezulwini, lapho kungasondeli sela, kungoni nundu.


Nami ngithi kini: Zenzeleni nina abangane ngoMamona ongalungile; ukuze kuthi, nxa niphela, banamukele ezindlini eziphakade.


Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.


Kepha yiphani abampofu lokho eninakho; futhi bhekani, zonke izinto zihlanzekile kini.


Yathi iNkosi imbona, yamhawukela, yathi kuye: “Ungakhali.


Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Ubusisiwe onaka ompofu; uJehova uyakumsindisa ngesikhathi sokuhlupheka.


Ungafakazi amanga ngomakhelwane wakho.


Uma omubi ebuyisela isibambiso, abuyisele lokho akuphangayo, ahambe ngezimiso zokuphila, angoni; uyakuphila impela, akayikufa.


UJohane esebizele kuye ababili kubafundi bakhe, wabathuma kuJesu ukuthi: “Wena unguye ozayo na? noma sifuna omunye?


Sebekubonile bonke bakhonona, besithi: Ungene ukuvakatshela indoda eyisoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite