Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 19:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kwathi uJesu efika kuleyo ndawo, wabheka phezulu, wayibona, wathi kuyo: “Zakewu, shesha wehle; ngoba lamuhla ngimele ukuhlala endlini yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Esefikile uJesu kuleyo ndawo wabheka phezulu, wathi kuyo: “Zakewu, shesha wehle, ngokuba namuhla ngimelwe ukuhlala endlini yakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 UJesu esefikile kuleyo ndawo, wabheka phezulu, wathi kuyo: “Zakewu, shesha wehle, ngokuba namuhla kufanele ngingenise endlini yakho.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kwathi uJesu efika kuleyo ndawo, wabheka phezulu, wayibona, wathi kuyo: “Zakewu, shesha wehle; ngoba lamuhla ngimele ukuhlala endlini yakho.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 19:5
17 Referans Kwoze  

Bheka, ngimi ngasemnyango ngingqongqotha; uma umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango, ngiyakungena kuye, ngidle naye, naye adle nami.


UJesu waphendula wathi kuye: “Uma umuntu engithanda, uyakugcina amazwi ami, noBaba uyakumthanda;


Lingakhohlwa ukwamukela izihambi; ngoba ngalokho abanye bangenisa izingilosi bengazi.


UNathanayeli wathi kuye: “Ungazelaphi na? UJesu waphendula, wathi kuye: Ngaphambi kokuthi uFiliphu akubize, uphansi komkhiwane, ngakubona.


ukuze uKristu ahlale ezinhliziyweni zenu ngokukholwa; ukuze nina, nigxilile, nisekelwe othandweni;


Ngokuba iNdodana yomuntu ize ukufuna nokusindisa obekulahlekile.


Lapho ngidlula kuwe, ngakubona ungcolile ngegazi lakho, ngathi kuwe usegazini lakho: Phila! yebo, ngathi kuwe usegazini lakho: Phila!


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Ngakho-ke esiyizisebenzi kanye naye siyanincenga ukuba ningawamukeli ize umusa kaNkulunkulu.


Bheka, kwakukhona indoda igama layo linguZakewu, iyinhloko yabathelisi, inothile;


Wasegijimela phambili, wakhwela esihlahleni somthombe ukuthi ambone, ngoba wayezadlula ngaleyondlela.


Waseshesha wehla, wamamukela ngokuthokoza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite