Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 19:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Yayifuna ukumbona uJesu ukuthi ungubani; wahluleka ngenxa yexuku, ngoba wayemude.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Yayifuna ukumbona uJesu ukuthi ungubani; yahluleka ngenxa yesixuku, ngokuba yayimfushane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Yayifuna ukumbona uJesu ukuthi ungubani, kodwa yehluleka ngenxa yesixuku sabantu, ngokuba yayimfushane.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Yayifuna ukumbona uJesu ukuthi ungubani; wahluleka ngenxa yexuku, ngoba wayemude.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 19:3
7 Referans Kwoze  

UHerode embona uJesu wajabula kakhulu, ngokuba kwase kuyisikhathi eside efuna ukumbona, lokhu ebezwile ngaye; wayethemba ukuthi uzobona isibonakaliso senziwa nguye.


Lawo-ke eza kuFiliphu waseBetsayida laseGalile, amcela, athi: “Nkosi, sithanda ukubona uJesu.


Ngumuphi kini ongathi ngokukhathazeka anezele ubude bakhe ingalo eyodwa na?


Kwakukhona nabesifazane bebukele bekude, phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe omncinyane nokaJose, noSalome;


Bheka, kwakukhona indoda igama layo linguZakewu, iyinhloko yabathelisi, inothile;


Wasegijimela phambili, wakhwela esihlahleni somthombe ukuthi ambone, ngoba wayezadlula ngaleyondlela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite