Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 19:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wabiza izinceku zakhe eziyishumi, wazinika omina abayishumi, wathi kuzo: ‘Hhwebani ngize ngibuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wayesebiza izinceku zakhe eziyishumi, wazinika omina* abayishumi, wathi kuzo: ‘Hwebani ngabo, ngize ngibuye.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Wabiza izinceku zakhe ezilishumi, wazinika uhlamvu lwemali ngayinye, wathi kuzo: ‘Hwebani ngazo ngize ngibuye.’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Wabiza izinceku zakhe eziyishumi, wazinika omina abayishumi, wathi kuzo: ‘Hhwebani ngize ngibuye.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 19:13
15 Referans Kwoze  

Uma umuntu engikhonza, makangilandele; nalapho ngikhona, iyakuba khona nenceku yami; uma umuntu engikhonza, uBaba uyakumdumisa yena.


USimoni Petru, inceku nomphostoli kaJesu Kristu, kubo abazuze ukholo oluligugu olufana nolwethu ngokulunga kukaNkulunkulu noMsindisi wethu uJesu Kristu:


UJakobe, inceku kaNkulunkulu neyeNkosi uJesu Kristu, kubo izizwe eziyishumi nambili ezihlakazekile, ngiyabingelela.


Ngokuba manje ngiyabancenga abantu noma uNkulunkulu na? noma ngifuna ukujabulisa abantu na? ngoba uma ngisathokozisa abantu, ngabe angisiyo inceku kaKristu.


Khona obamukele amatalenta ayisihlanu wahamba wasebenza ngawo, wazuza amanye amatalenta ayisihlanu.


Weza obamukele amatalenta ayisihlanu, waletha amanye amatalenta ayisihlanu, wathi: ‘Nkosi, wanginika amathalenta ayisihlanu; bheka, ngizuze amanye amatalenta ayisihlanu.’


Weza nobamukele amatalenta amabili, wathi: ‘Nkosi, wanginika amatalenta amabili; bheka, ngizuze amanye amatalenta amabili phezu kwawo.


Khona weza obamukele italenta lalinye, wathi: Nkosi, bengikwazi wena ukuthi ungumuntu olukhuni, uvuna lapho ongahlwanyelanga khona, ubutha lapho ongazange uhlakaze khona;


Wathi-ke: “Umuntu othile wobukhosi waya ezweni elikude ukuyozithathela umbuso, abuye.


Kepha izakhamuzi zakhe zazimzonda, zathuma amanxusa emva kwakhe, zithi: “Asithandi ukuba lo abuse phezu kwethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite