Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 18:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kepha uJesu wababizela kuye, wathi: “Vumelani abantwana beze kimi, ningabenqabeli, ngokuba umbuso kaNkulunkulu ungowabanjalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kodwa uJesu wababizela kuye, wathi: “Vumelani abantwana beze kimi, ningabenqabeli, ngokuba umbuso kaNkulunkulu ungowabanjalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Kepha uJesu wababiza, ethi: “Vumelani abantwana beze kimi, ningabenqabeli, ngokuba umbuso kaNkulunkulu ungowabanje.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Kepha uJesu wababizela kuye, wathi: “Vumelani abantwana beze kimi, ningabenqabeli, ngokuba umbuso kaNkulunkulu ungowabanjalo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 18:16
14 Referans Kwoze  

Bazalwane, ningabi ngabantwana ngokuqonda, nokho ebubini nibe ngabantwana, kepha ekuqondeni nibe ngamadoda.


Ngokuba indoda engakholwayo ingcwelisiwe ngomfazi, nomfazi ongakholwayo ungcwelisiwe ngendoda; uma kungenjalo abantwana benu ngabe bangcolile; kodwa manje bangcwele.


Njengezingane ezisanda kuzalwa langazelelani ubisi lwezwi olungenakonakala, ukuze nikhule ngalo;


Buthani abantu, amadoda, nabesifazane, nabantwana, nomfokazi osemasangweni enu, ukuba bezwe, bafunde, besabe uJehova uNkulunkulu wenu, bagcine ngokucophelela onke amazwi alo mthetho.


Ngokuba isithembiso ngesenu, nesabantwana benu, nesabo bonke abakude, bonke iNkosi uNkulunkulu wethu eyakubabiza.


U-Abrahama wayisoka indodana yakhe u-Isaka inezinsuku eziyisishiyagalombili, njengalokho uNkulunkulu emyalile.


Abantwana bakho, omkekho, nomfokazi wakho osekamu lakho, kusukela kumgawuli wakho wezinkuni kuze kufike emthonjeni wakho.


Wonke uJuda wema phambi kukaJehova, nabancane babo, nawomkabo, nabantwana babo.


Ngizabanika inhliziyo eyodwa lendlelanye, ukuze bangesabe kuze kube nininini, kube yinzuzo yabo leyabantwana babo emva kwabo.


Kepha uJesu wathi: “Vumelani abantwana, ningabenqabeli ukuza kimi, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo.


Baletha kuye nabantwana abancane ukuba abathinte; kepha abafundi sebekubona babakhuza.


Ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo ongamukeli umbuso kaNkulunkulu njengomntwana kasoze angena kuwo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite