Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 16:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Umthetho nabaprofethi kwakukhona kwaze kwafika uJohane; kusukela ngaleso sikhathi umbuso kaNkulunkulu uyashunyayelwa, wonke umuntu ufukamela kuwo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Umthetho nabaprofethi kwakukhona kwaze kwafika uJohane; kusukela kuleso sikhathi ivangeli lombuso kaNkulunkulu liyashunyayelwa, wonke umuntu uphika ngokufuzula kuwo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “Umthetho nabaphrofethi kwakukhona kwaze kwafika uJohane; kusukela ngaleso sikhathi, ivangeli lombuso kaNkulunkulu liyashunyayelwa, wonke umuntu uyafuzula ukuba angene kuwo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Umthetho nabaprofethi kwakukhona kwaze kwafika uJohane; kusukela ngaleso sikhathi umbuso kaNkulunkulu uyashunyayelwa, wonke umuntu ufukamela kuwo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 16:16
21 Referans Kwoze  

Ngokuba uJohane weza kini ngendlela yokulunga, anikholwanga nguye, kepha abathelisi nezifebe bakholwa nguye;


UFiliphu wafumana uNathanayeli, wathi kuye: “Simfumene lowo aloba ngaye emthethweni uMose kanye nabaprofethi, uJesu waseNazaretha, indodana kaJosefa.


Wasesithi kuso: Uba bengalaleli uMozisi labaprofethi, kabayikuvunyiswa, loba kuvuka omunye kwabafileyo.


wathi: Phendukani, ngoba umbuso wezulu ususondele.


Kodwa lokho uNkulunkulu akumemezela ngaphambili ngomlomo wabaprofethi bakhe bonke ukuthi uKristu wayezakuhlupheka, ukugcwalisile ngokunjalo.


U-Abrahama wathi kuye: “BanoMose nabaprofethi; mabezwe.


Le lona lerole la motse wa lona le kgomaretseng rona re le hlohlorela hodima lona;


Le fodise ba kulang ba teng, le re ho bona: Mmuso wa Modimo o atametse ho lona.


Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukushumayela nokuthi: “Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele.


Wabathuma ukuthi bashumayele umbuso kaNkulunkulu, baphulukise abagulayo.


Kwathi uJohane esebotshiwe, uJesu wafika eGalili, etshumayela ivangeli lombuso kaNkulunkulu;


Ekuhambeni kwenu shumayelani nithi: ‘Umbuso wezulu ususondele.’


AbaFarisi bakhuluma bodwa, bathi: “Niyabona ukuthi anisizi lutho na? bheka, umhlaba uyamlandela.


Uma simyeka kanjalo, bonke bayakukholwa nguye; futhi amaRoma ayakuza, athathe kokubili indawo yethu nesizwe.


Kepha yena waphuma, waqala ukumemezela kakhulu nokuyidalula leyondaba, kwaze kwaba yilapho uJesu engasenakukwazi ukungena emzini obala, kodwa waba ngaphandle ezindaweni eziyihlane;


UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ekuguleni nasekuguleni konke.


Akusikhona okungena emlonyeni okungcolisa umuntu; kodwa okuphuma emlonyeni, yikho okumngcolisayo umuntu.


Ngokuba ingelosi yayiyehla ngezikhathi ezithile echibini, izamazamise amanzi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite