Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 11:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba ninjengamathuna angabonakali, nabantu abahamba phezu kwawo bengawazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 “Maye kinina, ngokuba nifana namathuna angasabonakaliyo, nabantu abahamba ngaphezu kwawo bengawazi!”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 “Maye, kini, ngokuba nifana namathuna angasabonakali, asebehamba phezu kwawo, bengawaboni!”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba ninjengamathuna angabonakali, nabantu abahamba phezu kwawo bengawazi.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 11:44
7 Referans Kwoze  

UPawuli wasesithi kuye: UNkulunkulu uzakutshaya wena ludonga olucakiweyo;


Ngokuba akukho ukuthembeka emlonyeni wabo; ingaphakathi labo libi kakhulu; umphimbo wabo uyingcwaba elivulekileyo; bayathopha ngolimi lwabo.


Umlindi ka-Efrayimi wayenoNkulunkulu wami, kepha umprofethi ulugibe lomcuphi wezinyoni ezindleleni zakhe zonke, nenzondo endlini kaNkulunkulu wakhe.


Noma yimuphi othinta endle obulewe ngenkemba, noma ofileyo noma ithambo lomuntu noma ithuna, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa.


yona incinyane kuzo zonke izimbewu, kepha nxa isikhulile, inkulu kunazo zonke phakathi kwemifino, ibe yisihlahla, kuze kufike izinyoni zezulu, zihlale emagatsheni awo.


Abagibeli abadabula izwe, uma umuntu ebona ithambo lomuntu, kumelwe amise uphawu eduze kwalo kuze kube yilapho indawo yamathuna iligqibe esigodini saseHamongogi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite