Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 1:80 - Contemporary Zulu Bible 2024

80 Umntwana wakhula, waba namandla emoyeni; wayesezinkangala kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe kuIsrayeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

80 Wakhula-ke umntwana, waba namandla emoyeni; wahlala ehlane kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe ku-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

80 Umntwana wakhula, waba namandla emoyeni; wahlala ehlane kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe ku-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

80 Umntwana wakhula, waba namandla emoyeni; wayesezinkangala kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe kuIsrayeli.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 1:80
11 Referans Kwoze  

Umntwana wakhula, waba namandla, egcwala ukuhlakanipha; nomusa kaNkulunkulu wawuphezu kwakhe.


UJesu waqhubeka ekuhlakanipheni nasekukhuleni nasekuthandeni uNkulunkulu nakubantu.


Ngalezo zinsuku kwafika uJohane uMbhapathizi, eshumayela ehlane laseJudiya,


Nami bengingamazi, kodwa ukuze abonakaliswe ku-Israyeli, ngalokho ngizile ngibhapathiza ngamanzi.


Ngokuba uyakuba mkhulu phambi kweNkosi, angaphuzi wayini naphuzo oludakayo; futhi uyogcwaliswa ngoMoya oNgcwele kusukela esizalweni sikanina.


Sebemuka, uJesu waqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, wathi: “Naphuma ukuyobonani ehlane na? Umhlanga unyakaziswa ngumoya na?


UJehova wamhambela uHana, wakhulelwa, wazala amadodana amathathu namadodakazi amabili. Umntwana uSamuweli wakhula phambi kukaJehova.


Ngokuba wawakholisa kakhulu abaJuda, naphambi kwabantu, ebonakalisa ngemibhalo ukuthi uJesu unguKristu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite