Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 1:59 - Contemporary Zulu Bible 2024

59 Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili beza ukuzosoka umntwana. Bambiza ngegama likayise uZakariya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

59 Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili beza ukusoka umntwana, bamqamba ngegama likayise uZakariya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

59 Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili beza ukuzosoka umntwana, bamqamba ngegama likayise uZakhariya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

59 Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili beza ukuzosoka umntwana. bambiza ngegama likayise uZakariya.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 1:59
6 Referans Kwoze  

Ngosuku lwesishiyagalombili inyama yejwabu lakhe kumelwe isokwe.


Oyizinsuku eziyisishiyagalombili makasokwe phakathi kwenu, yonke indodana ezizukulwaneni zenu, ezelwe endlini noma ethengwe ngemali kunoma yimuphi umfokazi ongeyena owenzalo yakho.


Ngasokwa ngosuku lwesishiyagalombili, ngingowohlanga luka-Israyeli, owesizwe sakwaBenjamini, umHeberu wamaHeberu; ngokomthetho ngingumFarisi;


Kwathi seziphelile izinsuku eziyisificaminwembili zokuba umntwana asokwe, igama lakhe lathiwa uJesu, eliqanjwe ingelosi ngaphambi kokuba akhulelwe.


Wasemnika isivumelwano sokusoka; ngakho u-Abhrahama wazala u-Isaka, wamsoka ngosuku lwesificaminwembili; u-Isaka wazala uJakobe; uJakobe wazala okhokho abayishumi nambili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite