Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 1:49 - Contemporary Zulu Bible 2024

49 Ngoba uSomandla ungenzele izinto ezinkulu; lingcwele igama lakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 Ngokuba uSomandla ungenzele izinto ezinkulu: igama lakhe lingcwele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

49 Ngokuba uSomandla ungenzele izinto ezinkulu: igama lakhe lingcwele.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

49 Ngoba uSomandla ungenzele izinto ezinkulu; lingcwele igama lakhe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 1:49
21 Referans Kwoze  

Wathumela insindiso kubantu bakhe; Wayala isivumelwano sakhe kuze kube phakade; lingcwele, lidumisekile igama lakhe.


Mabadumise igama lakho elikhulu nelesabekayo; ngoba ingcwele.


Ngoba akakho ofana nawe, Jehova; Wena umkhulu, futhi iGama lakho likhulu ngamandla.


Kuye yena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikucabangayo ngokwamandla asebenza kithi.


U-Abrama eseneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye uJehova wabonakala ku-Abrama, wathi kuye: “NginguNkulunkulu uSomandla; hamba phambi kwami futhi uphelele.


Ngokuba usho kanje oPhezukonke, ohlala phakade, ogama lakhe lingcwele; ngihlala phezulu nasendlini engcwele, ngikanye nabadabukileyo komoya othobekileyo, ukuvuselela umoya wabathobekileyo, ngivuselele inhliziyo yabadabukileyo.


Ngubani ongayikukwesaba, Nkosi, adumise igama lakho, na? ngokuba wena wedwa ungcwele, ngokuba zonke izizwe ziyakuza, zikhuleke phambi kwakho; ngoba izahlulelo zakho zibonakalisiwe.


Mphakamiseni uJehova uNkulunkulu wethu, nikhuleke entabeni yakhe engcwele; ngoba uJehova uNkulunkulu wethu ungcwele.


Akakho onjengoJehova, ngokuba akakho omunye ngaphandle kwakho, futhi alikho idwala elinjengoNkulunkulu wethu.


Ngubani onjengawe, Nkosi, phakathi kwawonkulunkulu? ngubani onjengawe, okhazimula ngobungcwele, owesabeka ngezindumiso, owenza izimangaliso, na?


Enye yabiza enye, yathi: “Ungcwele, ungcwele, ungcwele uJehova Sebawoti; umhlaba wonke ugcwele inkazimulo yakhe.


Kepha uJehova unami njengeqhawe elinamandla; ngalokho abangizingelayo bayakukhubeka, bangahluli; ngokuba abayikuphumelela, ihlazo labo eliphakade aliyikukhohlakala.


Nezidalwa ezine, yileso naleso kuzo, zinamaphiko ayisithupha nxazonke; zazigcwele amehlo ngaphakathi, futhi aziphumuli imini nobusuku, zithi: Ingcwele, ingcwele, ingcwele, iNkosi uNkulunkulu uMninimandla onke, owayekhona, nokhona, nozayo.


Njalo uJesu wahle wawavumela. Omoya abangcolileyo basebephuma, bangena ezingulubeni; umhlambi waphaphatheka, wehla eweni, waya elwandle, zingaba yizinkulungwane ezimbili, zaminza olwandle.


Ngalokho usho kanje uJehova, uJehova Sebawoti, uMninimandla ka-Israyeli, uthi: “Ngiyakuzikhulula ezitheni zami, ngiziphindiselele ezitheni zami.


Ingubani le nkosi ehloniphekile? UJehova, onamandla nonamandla, uJehova, onamandla ekulweni.


Ngubani lo ovela kwa-Edomi, nezingubo ezidayiwe zaseBozira na? lowo okhazimulayo engutsheni yakhe uhamba ebukhulu bamandla akhe? Mina engikhuluma ngokulunga nginamandla okusindisa.


Ngokuba ubhekile ubuphansi bencekukazi yakhe, ngokuba bheka, kusukela manje izizukulwane zonke ziyakuthi ngibusisiwe.


Futhi umusa wakhe uzizukulwane ngezizukulwane kulabo abamesabayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite