Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 1:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 Ngokuba bheka, kuthe izwi lokubingelela kwakho lizwakala ezindlebeni zami, umntwana waxhuma esizalweni sami ngokujabula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Ngokuba bheka, kuthe izwi lokubingelela kwakho lifika ezindlebeni zami, umntwana waxhuma esiswini sami ngokujabula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 Ngokuba kuthe lapho izwi lokubingelela kwakho lifika ezindlebeni zami, umntwana wagxuma ngokujabula esiswini sami.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Ngokuba bheka, kuthe izwi lokubingelela kwakho lizwakala ezindlebeni zami, umntwana waxhuma esizalweni sami ngokujabula.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 1:44
4 Referans Kwoze  

Kwathi u-Elisabethe ezwa ukubingelela kukaMariya, umntwana waxhuma esizalweni sakhe; u-Elisabethe wagcwala uMoya oNgcwele;


Kuzuzeni lokhu ukuba unina weNkosi yami eze kimi na?


Ubusisiwe owakholwayo, ngokuba kuyakuba khona ukugcwaliseka kwalokho akutshelwa yiNkosi.


Thokozani ngalolo suku, nigxumagxume, ngokuba bhekani, umvuzo wenu mkhulu ezulwini; ngokuba benze njalo oyise kubaprofethi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite