Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 1:43 - Contemporary Zulu Bible 2024

43 Kuzuzeni lokhu ukuba unina weNkosi yami eze kimi na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Ngehlelwe kanjani yilokhu ukuba unina weNkosi yami ahambele kimi na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

43 Kwenzeka kanjani lokhu kimi ukuba ngihanjelwe ngunina weNkosi yami na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

43 Kuzuzeni lokhu ukuba unina weNkosi yami eze kimi na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 1:43
15 Referans Kwoze  

UTomase waphendula, wathi kuye: Nkosi yami, Nkulunkulu wami.


Ningenzi-lutho ngombango nangodumo lweze; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani.


Ngokuba nizalelwe namuhla uMsindisi onguKristu iNkosi emzini kaDavide.


Ihubo likaDavide. UJehova wathi eNkosini yami: Hlala ngakwesokunene sami, ngize ngibeke izitha zakho zibe yisenabelo sezinyawo zakho.


Wasukuma wakhothama ngobuso emhlabathini, wathi: “Bheka, incekukazi yakho mayibe yisigqila sokugeza izinyawo zezinceku zenkosi yami.”


Yebo, impela, konke ngikushaya indiva ngobukhulu bokumazi uKristu Jesu iNkosi yami, engilahlekelwe yikho konke ngenxa yakhe, ngikushaya izibi, ukuze ngizuze uKristu;


Ningibiza ngokuthi, Mfundisi, neNkosi; ngoba nginjalo.


Ngakho angizibonanga ukuthi ngifanele ukuza kuwe, kodwa yisho ngezwi, khona inceku yami iyakusinda.


Kodwa uJohane wamalela, esithi: Mina ngiswela ukubhabhathizwa nguwe, kanti wena uza kimi yini?


Wawa ngobuso bakhe, wakhothamela emhlabathini, wathi kuye: “Ngitholeni umusa emehlweni akho ukuba ungangazi, lokhu ngingowezizwe na?”


Esakhuluma nesixuku, bheka, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.


Wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Ubusisiwe wena phakathi kwabesifazane, futhi sibusisiwe isithelo sesisu sakho.


Ngokuba bheka, kuthe izwi lokubingelela kwakho lizwakala ezindlebeni zami, umntwana waxhuma esizalweni sami ngokujabula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite