Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 1:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wena uyakuba nokujabula nokuthokoza; nabaningi bayakujabula ngokuzalwa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Uzakuba nokujabula nokuthokoza wena; nabaningi bazakujabula ngokuzalwa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Uzakujabula uthokoze ngaye; nabaningi bazakujabula ngokuzalwa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Wena uyakuba nokujabula nokuthokoza; nabaningi bayakujabula ngokuzalwa kwakhe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 1:14
8 Referans Kwoze  

Omakhelwane bakhe nabazala bakhe bezwa ukuthi iNkosi yenze isihawu esikhulu kuye; basebethokoza kanye laye.


Uyise wolungileyo uyojabula kakhulu, nozala umntwana ohlakaniphile uyojabula ngaye.


Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha umuntu oyisiwula uyadelela unina.


USara wathi: “UNkulunkulu ungenze ngahleka, ukuze bonke abakuzwayo bahleke nami.”


Ndodana yami, uma inhliziyo yakho ihlakanipha, inhliziyo yami iyojabula, yebo, eyami.


Kepha ingelosi yathi kuye: “Ungesabi, Zakariya, ngokuba ukukhuleka kwakho kuzwakele; umkakho u-Elisabethe uzakukuzalela indodana, uyiqambe igama lokuthi uJohane.


Ngokuba uyakuba mkhulu phambi kweNkosi, angaphuzi wayini naphuzo oludakayo; futhi uyogcwaliswa ngoMoya oNgcwele kusukela esizalweni sikanina.


Makaqalekiswe umuntu owabikela ubaba, ethi: “Uzalelwe indodana; amjabulise kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite