Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 1:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UZakariya eyibona wethuka, novalo lwamehlela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UZakariya eyibona wethuka, wehlelwa luvalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kuthe uZakhariya eyibona wethuka, wehlelwa luvalo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 UZakariya eyibona wethuka, novalo lwamehlela.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 1:12
9 Referans Kwoze  

Kwathi uGideyoni ebona ukuthi iyingelosi kaJehova, uGideyoni wathi: “Awu, Nkosi Jehova! ngokuba ngabona ingelosi kaJehova ubuso nobuso.


UManowa wasesithi kumkakhe: Sizakufa lokufa, ngoba sibonile uNkulunkulu.


Kwathi ngimbona, ngawa ngasezinyaweni zakhe njengofileyo. Wayesebeka isandla sakhe sokunene phezu kwami, ethi kimi: “Ungesabi; ngingowokuqala nowokugcina;


Embuka wethuka, wathi: Kuyini, Nkosi? Yathi kuye: “Imikhuleko yakho nokwabela kwakho abampofu izipho kukhuphukele kwaba yisikhumbuzo phambi kukaNkulunkulu.


Kwathi eyibona wethuka ngezwi layo, wacabanga ukuthi kungaba kubingelela bani lokhu.


Sebengena ethuneni, babona insizwa ihlezi ngakwesokunene yembethe ingubo ende emhlophe; besaba.


Mina, Daniyeli, ngawubona ngedwa umbono lowo, ngokuba abantu ababe nami abawubonanga umbono; kodwa ukuthuthumela okukhulu kwehlela phezu kwabo, baze babaleka ukuze bacatshe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite