Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 9:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Udumo lwalokhu lwanda ezweni lonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Udumo lwalokho lwezwakala ezweni lonke langakhona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Umbiko ngalokhu wasabalala kulo lonke lelo lizwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Udumo lwalokhu lwanda ezweni lonke.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 9:26
11 Referans Kwoze  

Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.


Kepha yena waphuma, waqala ukumemezela kakhulu nokuyidalula leyondaba, kwaze kwaba yilapho uJesu engasenakukwazi ukungena emzini obala, kodwa waba ngaphandle ezindaweni eziyihlane;


Ngokuba inkosi iyazi ngalezizinto, engikhuluma kuyo ngokukhululeka; ngoba le nto ayenziwanga engosini.


Inkosi uHerode yasizwa ngaye; (ngokuba igama lakhe laduma) wathi: “UJohane uMbhapathizi uvukile kwabafileyo, ngakho-ke imisebenzi yamandla iyabonakala kuye.


Kodwa sezihambile zalusakaza udumo lwakhe kulo lonke lelo zwe.


Udumo lwakhe lwanda masinyane kuso sonke isifunda saseGalile.


UJesu wabuyela eGalile ngamandla kaMoya; udumo lwakhe lwanda kuso sonke leso sikhathi.


Udumo lwakhe lwaphumela kuzo zonke izindawo zangakhona.


Kodwa kwayikhona udumo lwakhe lwanda, kwabuthana izixuku ukuzolalela nokuphulukiswa nguye ezifweni zazo.


Leli zindaba ngaye laphumela kulo lonke iJudiya nakulo lonke izwe langakhona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite