Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 8:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Amademoni amncenga, ethi: “Uma usikhipha, sivumele ukuba siye emhlambini wezingulube.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Amademoni amncenga athi: “Uma usikhipha, sithume ukuba singene emhlambini wezingulube.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Amadimoni amncenga, athi: “Uma usikhipha, sithumele singene emhlanjini wezingulube.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Amademoni amncenga, ethi: “Uma usikhipha, sivumele ukuba siye emhlambini wezingulube.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 8:31
9 Referans Kwoze  

Amadimoni wonke amncenga, esithi: Sithumele engulubeni, ukuze singene kuzo.


Ngakho thokozani lina mazulu, lani elihlala kuwo. Maye kwabakhileyo emhlabeni nolwandle! ngokuba uSathane wehlele kini enolaka olukhulu, azi ukuthi unesikhathi esifushane.


Wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Nginamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu oPhezukonke? Ngikufungisa uNkulunkulu ukuthi ungangihluphi.


Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.


Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.


Kwakukhona khatshana labo umhlambi wezingulube ezinengi usidla.


Wasesithi kubo: Hambani. Seziphumile, zangena emhlambini wezingulube;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite