Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 8:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Wathi kubo: “Nesabelani nina bokukholwa okuncane na? Wasevuka, wayikhuza imimoya nolwandle; kwaba khona ukuthula okukhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Wayesethi kubo: “Nesabelani nina bokukholwa okuncane na?” Khona wavuka wakhuza umoya nolwandle, kwaba khona ukuthula okukhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 UJesu wayesethi kubo: “Yini nesabe kangaka, nina eninokukholwa okuncane na?” Wavuka wayesewukhuza umoya nolwandle, kwaba nokuthula okukhulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Wathi kubo: “Nesabelani nina bokukholwa okuncane na? Wasevuka, wayikhuza imimoya nolwandle; kwaba khona ukuthula okukhulu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 8:26
24 Referans Kwoze  

othulisa ukuhlokoma kolwandle, ukuhlokoma kwamaza abo nokuhlokoma kwabantu.


Wena ubusa phezu kolwandle olubilayo; ekuphakameni kwamagagasi awo, Uyawathulisa.


Ngakho-ke, uma uNkulunkulu embesa kanjalo utshani basendle obukhona namuhla, futhi kusasa buphonswe eziko, akayikunembathisa kakhulu nina eninokukholwa okuncane na?


Akabazanga ngesithembiso sikaNkulunkulu ngokungakholwa; kodwa waqina ekukholweni, enika uNkulunkulu udumo;


Ekwazi uJesu wathi kubo: “O nina eninokukholwa okuncane, nikhulumelani phakathi kwenu ngokuthi ningaphathanga izinkwa na?


Esandleni sayo yayiphethe incwadi encane evuliwe, yabeka unyawo lwayo lokunene phezu kolwandle nolunye unyawo lwayo lwesobunxele emhlabeni.


UJehova wathukuthelela imifula na? Intukuthelo yakho yayiphezu kwemifula na? Intukuthelo yakho yayivuthela ulwandle, ukuthi ugibele amahhashi akho nezinqola zakho zokusindisa na?


Uyakhuza ulwandle, alomise, ayomise nemifula yonke; iBashani liyabuna neKarmeli, nembali yaseLebanoni iyabuna.


owabahola ngesandla sokunene sikaMose ngengalo yakhe ekhazimulayo, wababela amanzi phambi kwabo ukuba amenzele igama eliphakade na?


Kepha abantu bamangala, bathi: “Umuntu onjani lo ukuthi nemimoya nolwandle kuyamlalela na?


UJesu wathi kubo: “Ngenxa yokungakholwa kwenu; futhi iyosuka; njalo kakukho okungenzeki kini.


UJesu wamkhuza wathi: Thula, uphume kuye. Idemoni selimjikijele phakathi, laphuma kuye, alimlimazanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite