Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 8:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kwathi uJesu ebona izixuku ezinkulu zimphahlile, walaya ukuthi baye phesheya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kwathi uJesu ebona isixuku simhaqile, wayala ukuba kuwelelwe ngaphesheya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 UJesu ebona isixuku simzungezile, wayala ukuba kuwelelwe ngaphesheya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kwathi uJesu ebona izixuku ezinkulu zimphahlile, walaya ukuthi baye phesheya.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 8:18
10 Referans Kwoze  

Kwathi ngolunye usuku wangena emkhunjini kanye nabafundi bakhe, wathi kubo: “Asiwele siye ngaphesheya kolwandle. Base bephuma.


Kwathi uJesu esazi ukuthi bazakuza ukumbamba ngamandla, bambeke inkosi, wabuya wasuka waya entabeni yena yedwa.


Ngalolo suku sekuhlwile, wathi kubo: “Asiwele siye ngaphesheya.


Khona masinyane uJesu wacindezela abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya phesheya, yena esamukisa izixuku.


Wabashiya, wabuye wangena emkhunjini, waya ngaphesheya.


Wayesecindezela masinyane abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya ngaphesheya eBetsayida, yena esamukisa isixuku.


Kwathi uJesu esephinde wawelela ngaphesheya ngomkhumbi, kwabuthana kuye isixuku esikhulu;


Esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite