Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 3:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kodwa uJohane wamalela, esithi: Mina ngiswela ukubhabhathizwa nguwe, kanti wena uza kimi yini?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kepha uJohane wamalela wathi: “Yimi engiswela ukubhapathizwa nguwe; wena uza kimi na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Kepha uJohane wazama ukumenqabela, ethi: “Yimi engidinga ukubhabhadiswa nguwe, kepha Wena uza kimi na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kodwa uJohane wamalela, esithi: Mina ngiswela ukubhabhathizwa nguwe, kanti wena uza kimi yini?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 3:14
16 Referans Kwoze  

Ngokuba ningamadodana, uNkulunkulu uthumile uMoya weNdodana yakhe ezinhliziyweni zenu omemeza ethi: “Aba, Baba!


Kepha umbhalo uvalile konke phansi kwesono, ukuze isithembiso ngokukholwa nguJesu Kristu siphiwe abakholwayo.


ammisileyo uNkulunkulu, abe yinhlawulo ngokukholwa egazini lakhe, ukuze kubonakaliswe ukulunga kwakhe ngenxa yokuthethelelwa kwezono ezenziwe ngaphambili, ngokubekezela kukaNkulunkulu;


Ngokuba bonke bonile, basilalelwe inkazimulo kaNkulunkulu;


Ekugcwaleni kwakhe samukele sonke umusa phezu komusa.


Kuzuzeni lokhu ukuba unina weNkosi yami eze kimi na?


Khona uJesu wafika eJordani evela eGalile kuJohane ukuba abhapathizwe nguye.


UJesu waphendula wathi kuye: Vuma kalokhu, ngokuba kusifanele ukugcwalisa kanjalo ukulunga konke. Wase emvumela.


Kepha angithandi ukuba ningazi, bazalwane, ukuthi ngazimisela kaningi ukuza kini, ngavinjwa kuze kube manje, ukuze ngibe nesithelo naphakathi kwenu, nanjengakwabanye abezizwe.


Futhi ngempela babebaningi abapristi, ngoba ukufa kwakunqatshelwe ukuqhubeka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite