Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 28:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuyesaba kwayo abalindi bathuthumela, baba njengabafileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha abalindi bathuthumela ngokuyesaba, baba njengabafileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ababelinde iliba bathuthumela ngenxa yokuyesaba, baba njengabafileyo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Ngokuyesaba kwayo abalindi bathuthumela, baba njengabafileyo.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 28:4
10 Referans Kwoze  

Kwathi ngimbona, ngawa ngasezinyaweni zakhe njengofileyo. Wayesebeka isandla sakhe sokunene phezu kwami, ethi kimi: “Ungesabi; ngingowokuqala nowokugcina;


Mina, Daniyeli, ngawubona ngedwa umbono lowo, ngokuba abantu ababe nami abawubonanga umbono; kodwa ukuthuthumela okukhulu kwehlela phezu kwabo, baze babaleka ukuze bacatshe.


Wasebiza isibane, wagijimela phakathi, weza ethuthumela, wawa phambi kukaPawuli loSila.


Kwathi besahamba, bheka, kwafika abanye kubalindi emzini, babikela abapristi abakhulu konke okwenzekileyo.


Bafikelwa ukwesaba nobuhlungu obunjengobobeletha.


Ngehlelwa yingebhe nokuthuthumela, okwathuthumela onke amathambo ami.


Ubuso bakhe babunjengombani, lesembatho sakhe sasimhlophe njengeqhwa.


Ingelosi yaphendula, yathi kwabesifazane: “Ningesabi nina, ngokuba ngiyazi ukuthi nifuna uJesu obebethelwe esiphambanweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite