Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 28:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Abafundi abayishumi nanye basuka baya eGalile entabeni lapho uJesu ayebayalile khona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kepha abafundi abayishumi nanye baya eGalile kuleyo ntaba uJesu ayebayalele yona;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Abafundi abali-11 baya eGalile, kuleyo ntaba uJesu ayebayalele yona.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Abafundi abayishumi nanye basuka baya eGalile entabeni lapho uJesu ayebayalile khona.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 28:16
10 Referans Kwoze  

Kodwa emva kokuvuka kwami, ngizanandulela ukuya eGalili.


UJesu wayesethi kubo: “Ningesabi; hambani nitshele abafowethu ukuthi baye eGalile, futhi bayakungibona khona.


Hambani masinyane, nitshele abafundi bakhe ukuthi uvukile kwabafileyo; bhekani, uyanandulela ukuya eGalile; niyakumbona lapho; bhekani, nginitshelile.


Emva kwalokho wabonakala kwabayishumi nanye behlezi ekudleni, wabasola ngokungakholwa kwabo nobulukhuni benhliziyo, ngokuba bengakholwanga yilabo ababembonile esevusiwe.


Yebo, sifunyanwa singofakazi bamanga bakaNkulunkulu; ngoba safakaza ngoNkulunkulu ukuthi wamvusa uKristu, angamvusanga, uba kambe abafileyo bengavuki.


UJesu wabaphendula wathi: “Mina anginikhethanga nina abayishumi nambili na?


Kodwa emva kokuvuka kwami, ngizanandulela ukuya eGalili.


labo labo, eseGalile, bamlandela, bemkhonza, labanye abesifazana abanengi abenyukela laye eJerusalema.


Kodwa hambani nitshele abafundi bakhe noPetru ukuthi uyanandulela ukuya eGalile;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite