Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:56 - Contemporary Zulu Bible 2024

56 phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe noJose, nonina wamadodana kaZebedewu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

56 phakathi kwabo kwakukhona oMariya Magdalena, unina kaJakobe nokaJose, nonina wamadodana kaZebedewu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

56 Phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, uMariya unina kaJakobe, uJose, nonina wamadodana kaZebedewu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

56 phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe noJose, nonina wamadodana kaZebedewu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:56
13 Referans Kwoze  

Kwakumi ngasesiphambanweni sikaJesu unina, nodadewabo kanina, noMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.


Kwathi uJesu esevukile ekuseni ngolokuqala lweviki, wabonakala kuqala kuMariya Magdalena, ayekhuphe kuye amadimoni ayisikhombisa.


UMariya Magdalena noMariya unina kaJose babona lapho ayebekwe khona.


Ekupheleni kwesabatha, ngovivi ngolokuqala lweviki, kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, bezobona ithuna.


UMariya Magdalena weza wabikela abafundi ukuthi uyibonile iNkosi, nokuthi ikhulume lokho kuye.


Ngolokuqala lweviki uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe ethuneni.


KwakunguMariya Magdalena, noJowana, noMariya unina kaJakobe, nabanye besifazane ababe nabo, babatshela lokho abaphostoli.


Kwakukhona lapho uMariya Magdalena nomunye uMariya, behlezi malungana nethuna.


Lo akasiyo yini indodana yombazi na? Unina akabizwa ngokuthi uMariya na? nabafowabo oJakobe, noJose, noSimoni, noJuda?


Nabesifazane abathile, ababephulukiswe kubomoya ababi nasezifweni, uMariya othiwa Magdalena, okwaphuma kuye amademoni ayisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite