Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:50 - Contemporary Zulu Bible 2024

50 UJesu esephinde wamemeza ngezwi elikhulu, wawukhipha umoya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 UJesu wabuye wamemeza ngezwi elikhulu, wafa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

50 UJesu wabuye wamemeza ngezwi elikhulu, wafa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

50 UJesu esephinde wamemeza ngezwi elikhulu, wawukhipha umoya.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:50
14 Referans Kwoze  

Kuthe uJesu eselamukele uviniga, wathi: “Kufeziwe.” Wagebisa ikhanda, wafa.


UJesu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Baba, ezandleni zakho ngiyawubeka umoya wami.” Eseshilo lokho wafa.


Kakhulu kangakanani igazi likaKristu owazinikela ngoMoya ophakade engenasici kuNkulunkulu, liyakuhlambulula unembeza wenu emisebenzini efileyo, ukuze nikhonze uNkulunkulu ophilayo na?


UJesu wamemeza ngezwi elikhulu, waphuma.


njengalokhu iNdodana yomuntu ingezanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza, nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.


Njengokuba uBaba uyangazi, nami ngiyamazi uBaba, futhi ngidela ukuphila kwami ngenxa yezimvu.


Mina ngingumalusi omuhle; umalusi omuhle udela ukuphila kwakhe ngenxa yezimvu.


Futhi emva kwamasonto angamashumi ayisithupha nambili uMesiya uyobhujiswa, kodwa hhayi yena; futhi abantu besikhulu esizayo bayochitha umuzi nendlu engcwele; futhi ukuphela kwawo kuyakuba ngozamcolo, futhi kuze kube sekupheleni kwempi ukuchithwa kumisiwe.


Ngakho lokhu abantwana bahlanganyela igazi lenyama, laye uqobo wahlanganyela khona lokho; ukuze ngokufa ambhubhise lowo owayenamandla okufa, okungukuthi, uSathane;


Abanye bathi: Yekelani, sibone ukuthi uEliya uzafika yini ukumsindisa.


Kwakubekwe isitsha esigcwele uviniga; bagcwalisa uzipho ngoviniga, baluhloma phezu kwehisopi, balubeka emlonyeni wakhe.


Owathi emihleni yenyama yakhe, lapho enikele imikhuleko nokunxusa ngokukhala okunamandla nezinyembezi kuye onamandla okumsindisa ekufeni, wezwiwa ngokwesaba kwakhe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite