Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Waziphonsa phansi izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, wazilengisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wayesephonsa izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, waziphanyeka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Waziphonsa ethempelini izinhlamvu zesiliva, wahamba; esehambile, wazikhunga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Waziphonsa phansi izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, wazilengisa.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:5
12 Referans Kwoze  

U-Ahithofeli ebona ukuthi isiluleko sakhe asilandelwanga, wabophela imbongolo yakhe, wasuka, waya endlini yakhe emzini wakubo, wayala indlu yakhe, waziphanyeka, wafa, wembelwa ethuneni likayise.


Abantu babemlindile uZakariya, bamangala ngokulibala kwakhe ethempelini.


Njengomkhuba wobupristi, kwaba yinkatho yakhe ukushisa impepho, lapho engena ethempelini leNkosi.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Ngakho umphefumulo wami ukhetha ukuklinywa nokufa kunokuphila kwami.


Umkakhe wasesithi kuye: Usagcina ubuqotho bakho yini? thuka uNkulunkulu, ufe.


Lapho uZimri ebona ukuthi umuzi uthathiwe, wangena esigodlweni sendlu yenkosi washisa indlu yenkosi ngomlilo phezu kwakhe wafa.


Wayeseshesha wabiza udibi lwezikhali zakhe, wathi kulo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale, ukuze abantu bangasho ngami ukuthi: ‘Ubulewe ngowesifazane.’ Nensizwa yakhe yamphusha washona.


Bathi: “Lo wathi: ‘Nginamandla okudiliza ithempeli likaNkulunkulu, ngilakhe ngezinsuku ezintathu.


Abapristi abakhulu basebethatha izinhlamvu zesiliva, bathi: Kakuvunyelwa ukuthi zifakwe emnikelweni, ngoba ziyintengo yegazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite