Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Abadlulayo bamthuka, benikina amakhanda abo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Kepha abadlulayo bamhlambalaza benikina amakhanda abo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Ababedlula bamhlambalaza, benikina amakhanda abo,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Abadlulayo bamthuka, benikina amakhanda abo.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:39
18 Referans Kwoze  

Nami ngaba yisihlamba kubo; uma bengibheka banikine amakhanda.


Akulutho yini kini nonke enidlulayo? bhekani, nibone, uma lukhona usizi olunjengosizi lwami engabuzwa ngalo uJehova wangicindezela ngalo ngosuku lwentukuthelo yakhe.


Ngokuba umlomo wababi nomlomo wabakhohlisayo bangivulele; bakhulume ngami ngolimi lwamanga.


Ihlazo laphula inhliziyo yami; futhi ngaba lusizi; nabaduduzi, kepha angibatholanga.


Ngiyakwazi ukuwabala onke amathambo ami; bayangibona, bangigqolozele.


Nami bengiyakukhuluma njengani; uma umphefumulo wenu ubusendaweni yomphefumulo wami, bengiyakuqoqa amazwi ngani, nginikine ikhanda lami kini.


Yileli izwi uJehova alikhuluma ngaye; Intombi emsulwa, indodakazi yaseSiyoni, iyakudelela, yakuhleka; indodakazi yaseJerusalema yanikina ikhanda phezu kwakho.


Kwabethelwa kanye naye abaphangi ababili, esinye ngakwesokunene nesinye ngakwesokhohlo.


Nezinye izinto eziningi zamhlambalaza.


Ngokuba wakhulula intambo yami, wangicindezela, badedela netomu phambi kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite