Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Khona wabakhululela uBaraba;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Wayesebakhululela uBaraba, kepha wamshaya uJesu, wamnikela ukuba abethelwe esiphambanweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 UPilatu wayesebakhululela uBharabha, kodwa eseshayiwe uJesu, wamnikela ukuba abethelwe esiphambanweni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Khona wabakhululela uBaraba;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:26
11 Referans Kwoze  

Kodwa yalinyazwa ngenxa yeziphambeko zethu, yachotshozwa ngobubi bethu; isijeziso sokuthula kwethu sasiphezu kwakhe; nangemivimbo yakhe siphilisiwe thina.


Khona uPilatu wamthatha uJesu, wambhaxabula.


Ngakho uPilatu ethanda ukukholisa ixuku, wabakhululela uBaraba;


Ngakho-ke ngiyakumshaya, ngimkhulule.


Ngiwunike umhlane wami ekushayweni, nezihlathi zami kulabo abaklebhula izinwele; angibufihlanga ubuso bami ehlazweni nasekukhafuleni.


Yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze thina sesifile ezonweni siphile ekulungeni, omivimbo yakhe naphulukiswa ngayo.


Bayakuyiklolodela, bayishaye, bayikhafulele, bayibulale, kepha ngosuku lwesithathu izakuvuka.


Bazamnikela kwabezizwe ukuthi baklolodelwe, babhaxabule, bambethele esiphambanweni, njalo ngosuku lwesithathu izabuya ivuke.


Khona wamnikela kubo ukuba abethelwe. Basebemthatha uJesu, bahamba laye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite