Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngakho sebebuthene, uPilatu wathi kubo: Lithanda ukuthi ngilikhululele bani? UBarabasi noma uJesu othiwa uKristu?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngakho sebebuthene, uPilatu wathi kubo: “Nithanda ukuba nginikhululele bani, uBaraba nokuba uJesu othiwa uKristu, na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Ngakho-ke sebebuthene, uPilatu wathi kubo: “Nifuna ukuba nginikhululele bani uJesu onguBharabha, noma uJesu okuthiwa nguKhristu na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Ngakho sebebuthene, uPilatu wathi kubo: Lithanda ukuthi ngilikhululele bani? UBarabasi noma uJesu othiwa uKristu?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:17
9 Referans Kwoze  

Kodwa bamemeza bathi: Susa, susa, mbethele esiphambanweni! UPilatu wathi kubo: Ngibethele inkosi yenu na? Abapristi abakhulu baphendula bathi: Kasilankosi ngaphandle kukaKesari.


U-Eliya wayesesondela kubo bonke abantu, wathi: “Koze kube nini nimi phakathi kwenhliziyo ezimbili na?” uma uJehova enguNkulunkulu, mlandeleni; kepha uma kunguBali, mlandeleni. Isixuku asimphendulanga ngazwi.


Uma kukubi emehlweni enu ukumkhonza uJehova, zikhetheleni namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza; noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo ababephesheya komfula, nonkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.


uJakobe wazala uJosefa indoda kaMariya, okwazalwa ngaye uJesu, othiwa uKristu.


Ngalesosikhathi babenesibotshwa esidumileyo esithiwa nguBarabasi.


Ngokuba wayekwazi ukuthi bamnikele ngomhawu.


Owesifazane wathi kuye: “Ngiyazi ukuthi uMesiya uyeza, othiwa uKristu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite