Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kwathi emangalelwa ngabapristi abakhulu namalunga, akaphendulanga lutho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kwathi lapho abapristi abakhulu namalunga bemthwesa icala, kaphendulanga lutho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Nakuba abaphristi abakhulu namalunga bemethwesa icala, kodwa Yena akaphendulanga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Kwathi emangalelwa ngabapristi abakhulu namalunga, akaphendulanga lutho.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:12
10 Referans Kwoze  

Kodwa uJesu wathula. Umpristi omkhulu wasephendula wathi kuye: Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo, ukuthi usitshele ukuthi wena unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu.


Wacindezelwa, waba lusizi, kepha akawuvulanga umlomo wakhe; njengewundlu uyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu isimungulu phambi kwabagundi bayo, kanjalo akawuvuli umlomo wakhe.


owathi ethukwa, akaphindanga athuke; lapho ehlupheka, akasongelanga; kodwa wayezinikele kuye owahlulela ngokulunga.


Indawo yombhalo eyayiwufunda yayisithi: Wayiswa ekuhlatshweni njengemvu; nanjengewundlu elithule phambi komgundi walo, akawuvulanga umlomo wakhe;


Akamphendula nakancane; waze wamangala kakhulu umbusi.


UPilatu wasesithi kuye: Kawuzwa yini ukuthi zingaki izinto abazifakaza ngawe?


Wasembuza ngamazwi amaningi; kodwa akamphendulanga lutho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite