Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:74 - Contemporary Zulu Bible 2024

74 Waseqala ukuthuka lokufunga, esithi: Kangimazi lumuntu. Lahle lakhala iqhude.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

74 Khona waqala ukuthuka nokufunga, wathi: “Angimazi lowo muntu.” Masinyane lase likhala iqhude.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

74 UPhethro waqala ukuqalekisa nokufunga, ethi: “Angimazi lowo muntu.” Masinyane, lakhala iqhude.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

74 Waseqala ukuthuka lokufunga, esithi: Kangimazi lumuntu. Lahle lakhala iqhude.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:74
19 Referans Kwoze  

Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.


Uma umuntu engayithandi iNkosi uJesu Kristu, makabe ngoqalekisiweyo.


UPetro waphinda waphika; lahle lakhala iqhude.


Ningabesabi ababulala umzimba, bengenamandla okubulala umphefumulo, kepha kakhulu mesabeni onamandla okubhubhisa nomphefumulo nomzimba esihogweni.


Ngoba bengingathanda ukuthi mina ngokwami ngibe ngoqalekisiweyo kuKristu ngenxa yabazalwane bami, izihlobo zami ngokwenyama;


UPetro wasesithi: Ndoda, kangikwazi okutshoyo. Masinyane, esakhuluma, iqhude lakhala.


Kepha waphika wathi: “Angikwazi, futhi angikuqondi okushoyo. Waphumela emnyango; lakhala iqhude.


UJesu wathi kuye: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Namuhla, ngalobu busuku, lingakakhali kabili iqhude, uzakungiphika kathathu.


Base bephendula abantu bonke, bathi: Igazi lakhe malibe phezu kwethu naphezu kwabantwana bethu.


Kodwa kasiyikubanika abafazi bamadodakazi ethu, ngoba abantwana bakoIsrayeli bafunga besithi: Uqalekisiwe onika uBhenjamini umfazi.


Wathi kunina: “Izinhlamvu eziyishumi nekhulu zesiliva ezathathwa kuwe, owaziqalekisa, wakhuluma ngazo ezindlebeni zami, bheka, leyo mali ikimi; Ngayithatha. Unina wathi: “Mawubusiswe nguJehova, ndodana yami!


UJesu wathi kuye: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Ngalobu busuku, lingakakhali iqhude, uzakungiphika kathathu.


Kwathi emva kwesikhashana beza kuye ababemi khona, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo; ngoba ukukhuluma kwakho kuyakuveza.


UPetru wakhumbula izwi likaJesu, alisho kuye ukuthi: “Iqhude lingakakhali, uzakungiphika kathathu. Waphuma wakhala kamunyu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite