Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:53 - Contemporary Zulu Bible 2024

53 Uthi ngingecele kuBaba ukuthi anginike manje amalegiyona ezingelosi angaphezu kweshumi nambili na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 Ingabe uthi ngingecele kuBaba angithumele manje amalegiyona* ezingelosi adlula ishumi nambili na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

53 Ucabanga ukuthi bengingecele yini kuBaba angithumelele amaviyo ezingelosi angaphezu kwali-12 na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

53 Uthi ngingecele kuBaba ukuthi anginike manje amalegiyona ezingelosi angaphezu kweshumi nambili na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:53
12 Referans Kwoze  

USathane wayesemshiya; bheka, kwafika izingelosi, zamkhonza.


U-Elisa wakhuleka wathi: “Nkosi, vula amehlo akhe ukuba abone.” UJehova wawavula amehlo ensizwa; wabheka, bheka, intaba yayigcwele amahhashi nezinqola zomlilo nxazonke zika-Elisha.


UJesu wambuza wathi: “Ungubani igama lakho na? Wathi: “ILegiyoni, ngokuba amademoni amaningi abengene kuye.


Kwaphuma umfula womlilo, waphuma phambi kwakhe; izinkulungwane zezinkulungwane zazimkhonza, nezinkulungwane eziyishumi zezinkulungwane eziyishumi zazimi phambi kwakhe; ukwahlulela kwamiswa, nezincwadi zavulwa.


Naye u-Enoke, owesikhombisa kusukela ku-Adamu, waprofetha ngalaba, wathi: “Bheka, iNkosi iyeza nezinkulungwane eziyishumi zabangcwele bayo.


Nakini enihluphekayo, niphumule kanye nathi, lapho iNkosi uJesu yambulwa ezulwini inezingelosi zayo ezinamandla;


Nxa iNdodana yomuntu iza ngenkazimulo yayo nezingelosi zonke ezingcwele kanye nayo, khona izakuhlala esihlalweni sayo sobukhosi.


Wasembuza wathi: Ungubani ibizo lakho? Wasephendula wathi: Ibizo lami nginguLegiyoni, ngoba sibanengi.


Bafika kuJesu, bambona obekhwelwe ngamademoni ehlezi, embethe, esangulukile, owayekhwelwe ngamademoni; base besaba.


Akakho ongangamuka mina, kodwa mina ngidela ngokwami. Nginamandla okukubeka phansi, nginamandla okubuye ngikuthabathe; lomlayo ngiwamukele kuBaba.


UJesu waphendula wathi: “Umbuso wami awusiwo owaleli zwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite