Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 Wabuye wahamba ngokwesibili, wakhuleka, wathi: “Baba, uma lesi sitsha singedlule kimi ngingasiphuzi, mayenziwe intando yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Wabuye waya ngokwesibili, wakhuleka wathi: “Baba, uma lesi sitsha singedlule kimi ngingasiphuzanga, mayenziwe intando yakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 Wabuye wahamba okwesibili, wakhuleka wathi: “Baba, uma le ndebe ingenakudlula kimi ngingakayiphuzi, mayenziwe intando yakho.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

42 Wabuye wahamba ngokwesibili, wakhuleka, wathi: “Baba, uma lesi sitsha singedlule kimi ngingasiphuzi, mayenziwe intando yakho.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:42
14 Referans Kwoze  

Waqhubeka ingcosana, wawa ngobuso bakhe, wakhuleka wathi: “Baba, uma kungenzeka, makudlule kimi lesisitsha; nokho kungabi njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba uthanda wena.


Ngokuba asinaye umpristi omkhulu ongenakuzwelana nobuthakathaka bethu; kodwa walingwa kukho konke njengathi, kodwa engenasono.


Umbuso wakho mawufike. Mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini.


Kodwa uJesu waphendula wathi: Kalikwazi enikucelayo. Ningakwazi yini ukuyiphuza indebe engizoyiphuza mina, futhi nibhapathizwe ngobhapathizo engibhapathizwa ngalo na? Bathi kuye: Singakwenza.


Wasebuya wabafica belele, ngoba amehlo abo ayenzima.


Wathi: “Aba, Baba, zonke izinto zingenzeka kuwe; susa lesisitsha kimi, kodwa kungabi njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba kuthanda wena.


Ethi: “Baba, uma uthanda, susa lesisitsha kimi;


Ngoba ngehle ezulwini, kungeyisikho ukuthi ngenze intando yami, kodwa intando yalowo ongithumileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite