Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Wasethatha inkezo, wabonga, wabanika, esithi: Selani kuyo lonke;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Wayesethabatha isitsha, wabonga, wabanika, wathi: “Phuzani nonke kuso;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Wayesethatha indebe, wabonga, wabanika, wathi: “Phuzani kuyo, nina nonke;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Wasethatha inkezo, wabonga, wabanika, esithi: Selani kuyo lonke;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:27
12 Referans Kwoze  

Inkezo yesibusiso esiyibusisayo, ayisikho ukuhlanganyela kwegazi likaKristu na? Isinkwa esisihlephulayo, asiyiyo inhlanganyelo yomzimba kaKristu na?


Kule ntaba uJehova Sebawoti uyakwenzela zonke izizwe ukudla okunamafutha, ukudla kwewayini elinenhlese, okunamafutha agcwele umongo, kwewayini elihlutshiweyo.


Kodwa umuntu akazihlolisise, khona-ke akadle leso sinkwa, aphuze lesisitsha.


Kanjalo nenkezo emva kokudla kwakusihlwa, ethi: Le ndebe iyisivumelwano esisha egazini lami elithululwa ngenxa yenu.


Awu, wonke owomileyo uyeza emanzini, nongenamali; wozani nithenge, nidle; yebo, wozani nithenge iwayini nobisi ngaphandle kwemali nangaphandle kwentengo.


Ulwanga lwakho luthandeka kimi njengewayini elimnandi, elehla kamnandi, lenza izindebe zabaleleyo zikhulume.


Ngangena ensimini yami, dadewethu, makoti wami; Ngabutha imure lami namakha ami; Ngadla amakhekheba ami nezinyosi zami; Ngaphuza iwayini lami kanye nobisi lwami; dlani, oh bangane! phuzani, yebo, phuzani kakhulu, zithandwa.


Ngiyakuthatha indebe yensindiso, ngibize igama likaJehova.


Wazithabatha izinkwa eziyisikhombisa nezinhlanzi, wabonga, wazihlephula, wanika abafundi bakhe, abafundi baphakela izixuku.


Kwathi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wasibusisa, wasihlephula, wanika abafundi, wathi: Thathani, lidle; lokhu kungumzimba wami.


Ngokuba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi kukho ukuthethelelwa kwezono.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite