Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wasesithi kubo: Lizanginikani, njalo ngimnikele kini? Basebesenza isivumelwano laye ngenhlamvu zesiliva ezingamatshumi amathathu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 wathi: “Niyakunginikani, ngimkhaphele kini, na?” Base bemnika izinhlamvu zesiliva ezingamashumi amathathu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 wathi: “Niyakunginika ini, uma ngimkhaphela kini na?” Base bemkalela, bamnika izinhlamvu zesiliva ezingama-30.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Wasesithi kubo: Lizanginikani, njalo ngimnikele kini? Basebesenza isivumelwano laye ngenhlamvu zesiliva ezingamatshumi amathathu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:15
17 Referans Kwoze  

Uma inkabi isunduza isigqila noma incekukazi; kumelwe anike inkosi yabo amashekeli angamashumi amathathu esiliva, futhi inkabi kumelwe ikhandwe ngamatshe.


Ngokuhaha bayakunenza ngamazwi obuqili; ukwahlulelwa kwabo kwakudala akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


Ongadakwanga iwayini, ongesiye oshayayo, ongahaheli inzuzo embi; kodwa ibekezele, ingabi yingxabano, ingabi ngabahahayo;


Lomuntu wathenga insimu ngomvuzo wokungalungi; wawa ngekhanda, wagqabuka phakathi, kwagobhoza amathumbu akhe onke.


UMika wayesethi kuye: “Hlala nami, ube ngubaba nompristi wami, ngikunike amashekeli ayishumi esiliva ngomnyaka, nengubo nokudla kwakho. Ngakho umLevi wangena.


Zase zifika kuye izikhulu zamaFilisti, zathi kuye: “Mlinge, ubone ukuthi amandla akhe amakhulu akuphi, nokuthi singamehlula kanjani, ukuze simbophe, simcindezele; siyakukunika, kube yilowo nalowo amashekeli esiliva ayishumi nekhulu.


Waphambukela kuye endleleni, wathi: “Hamba, ngingene nawe; (ngokuba wayengazi ukuthi ungumalokazana wakhe.) Wathi: “Uyakunginikani ukuba ungene nami na?”


Yebo, bayizinja ezihahayo ezingenakusutha, futhi bangabelusi abangaqondi; bonke babheka endleleni yabo, yilowo nalowo ukuze azuze, endaweni yakhe.


uSimoni umKhanani, noJudasi Iskariyothe owamkhaphelayo.


Kusukela ngaleso sikhathi wafuna ithuba elihle lokumkhaphela.


Uma kungowesifazane, ukulinganisa kwakho kuyakuba ngamashekeli angamashumi amathathu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite