Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 25:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Khona bayakuyiphendula abalungileyo, bathi: ‘Nkosi, sakubona nini ulambile, sakupha ukudla na? noma womile, sakuphuzisa na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 “Khona bayakuyiphendula abalungileyo ngokuthi: ‘Nkosi, sakubona nini ulambile sakupha ukudla, noma womile sakuphuzisa, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 “Khona abalungileyo bayakuyiphendula, bathi: ‘Nkosi, sakubona nini ulambile, sakupha ukudla; noma womile, sakuphuzisa na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Khona bayakuyiphendula abalungileyo, bathi: ‘Nkosi, sakubona nini ulambile, sakupha ukudla na? noma womile, sakuphuzisa na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 25:37
9 Referans Kwoze  

Kepha wena nxa wabela isipho, isandla sakho sokhohlo masingakwazi esikwenzayo esokunene;


“Kodwa ngingubani mina, futhi bayini abantu bami, ukuba sibe namandla okunikela ngenhliziyo engaka? ngokuba konke kuvela kuwe, nokuvela kokwaKho sikunike wena.


Kepha ngomusa kaNkulunkulu ngiyikho engiyikho, nomusa wakhe kimi awubanga yize; kodwa ngisebenze kakhulu kakhulu kunabo bonke;


Kodwa thina sonke sinjengento engcolileyo, lokulunga kwethu konke kunjengendwangu engcolileyo; futhi sonke siyabuna njengeqabunga; nobubi bethu bususile njengomoya.


Ukumesaba uJehova kuyisiyalo sokuhlakanipha; ngaphambi kodumo kukhona ukuthobeka.


Babusisiwe abalambele, bomele ukulunga, ngokuba bayakusuthiswa.


Nginqunu, nangembathisa; ngangigula, nangihambela; ngangiboshiwe, neza kimi.


Sakubona nini ungumfokazi, sakungenisa endlini, na? noma uhamba ze, sakwembathisa na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite