Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 25:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Nginqunu, nangembathisa; ngangigula, nangihambela; ngangiboshiwe, neza kimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 ngihamba ze nangembathisa; ngangigula, nangihamba; ngangisetilongweni, neza kimi.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 ngihamba ze, nangembathisa; ngangigula, nangihambela; ngangisejele, nangivakashela.’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

36 Nginqunu, nangembathisa; ngangigula, nangihambela; ngangiboshiwe, neza kimi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 25:36
17 Referans Kwoze  

Inkolo ehlanzekileyo nengangcolile phambi kukaNkulunkulu uBaba yilokhu ukuhambela izintandane nabafelokazi osizini lwabo nokuzigcina engenabala kulomhlaba.


Khumbulani ababoshiweyo ngokungathi niboshiwe kanye nabo; nabaphathwa kabi, njengokuba nani nisemzimbeni.


Ngokuba nazwelana nami ekuboshweni kwami, nakwamukela ngokuthokoza ukuphangwa kwempahla yenu, nazi ukuthi nina ngokwenu ninempahla engcono nemiyo.


Kukho konke nginibonisile, ukuthi ngokushikashikeka kanje kufanele nisize ababuthakathaka, nikhumbule amazwi eNkosi uJesu, ukuthi yathi: ‘Kubusisekile ukupha kunokwamukela.’


Waphendula, wathi kubo: “Onezingubo ezimbili akabele ongenalutho; nalowo odlayo makenze ngokunjalo.


ngangingumfokazi, aningingenisanga; nginqunu, aningigqokisanga; ngigula, ngisetilongweni, aningihambelanga.


Ezigulayo aniziqinisanga, nezigulayo aniziphilisanga, neziphukileyo anizibophanga, nezixoshiweyo anizibuyisanga, nezilahlekile anizifunanga; kepha wababusa ngobudlova nangonya.


futhi engacindezeli muntu, kodwa wabuyisela isibambiso koweletayo, engaphanga muntu ngokuphoqa, wanika olambileyo isinkwa sakhe, wembathisa onqunu ngengubo;


Akukhona yini ukunika olambileyo isinkwa sakho nokuletha abampofu abaxoshwa endlini yakho na? uma ubona onqunu, umembese; nokuthi ungazifihli enyameni yakho?


futhi ocindezelweyo, ongagodlanga isibambiso, akaphanga ngamandla, kepha wanika olambileyo isinkwa sakhe, wembesa onqunu ngengubo,


Khona bayakuyiphendula abalungileyo, bathi: ‘Nkosi, sakubona nini ulambile, sakupha ukudla na? noma womile, sakuphuzisa na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite