Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 25:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, abe nokuchichima;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, avame; kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, kube kuningi, kodwa ongenalutho uyakwephucwa ngisho nalokho okuncane anakho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, abe nokuchichima;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 25:29
16 Referans Kwoze  

Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, abe nokuchichima; kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.


Ngakho qaphelani ukuthi nizwa kanjani, ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa; futhi lowo ongenakho uyothathwa kuye ngisho nalokho angathi unakho.


Ngokuba onakho uyakuphiwa, kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.


Amagatsha wonke akimi angatheli isithelo uyawasusa;


Empa ho hlokeha ntho e le nngwe: mme Maria o ikgethetse kabelo e molemo, eo a ke keng a e amohuwa.


Ngakho khumbula lapho uwe khona, uphenduke, wenze imisebenzi yakuqala; uma kungenjalo, ngizakuza kuwe masinyane, ngilususe uthi lwesibane sakho endaweni yalo, ngaphandle kokuthi uphenduke.


Uma simyeka kanjalo, bonke bayakukholwa nguye; futhi amaRoma ayakuza, athathe kokubili indawo yethu nesizwe.


Bathi kuye: “Uyakubabhubhisa kabi labo ababi, isivini sakhe asiqashe kwabanye abalimi, abayakumnika izithelo ngezikhathi zazo.


Wasusa itabernakele lakhe ngamandla, kungathi lingaphandle kwensimu; wachitha izindawo zakhe zokubuthana; UJehova ukhohliwe imikhosi namasabatha eZiyoni, nangokuvutha kolaka lwakhe udelele inkosi nompristi.


Ngalokho ngiyakubuya, ngithathe amabele ami ngesikhathi sawo, newayini lami ngesikhathi sako, ngibuyise uboya bami bezimvu, nelineni lami okunikelwe ukumboza ubunqunu bakhe.


Ngakho mthatheni italenta, nilinike onamatalenta ayishumi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite