Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 24:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Kepha lolo suku nalelo hora akakho owazi lutho ngalo, nazingelosi zezulu, naBaba kuphela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 “Kepha lolo suku nalelo hora akakho owazi lutho ngalo nazingelosi zasezulwini, naNdodana, nguBaba kuphela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 “Kepha mayelana nalolo lusuku nalelo hora, akekho owazi utho ngalo, ngisho izingelosi zasezulweni, neNdodana uqobo; nguBaba kuphela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

36 Kepha lolo suku nalelo hora akakho owazi lutho ngalo, nazingelosi zezulu, naBaba kuphela.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 24:36
10 Referans Kwoze  

Kepha lolo suku nalelo hora akakho owaziyo ngalo, nazingelosi ezisezulwini, naNdodana, nguBaba kuphela.


Wathi kubo: “Akusikhona okwenu ukwazi izikhathi nezinkathi uBaba azimise ngamandla akhe.


Ngakho-ke nani hlalani nilungile, ngokuba iNdodana yomuntu iza ngehora eningalicabangi.


Kodwa usuku lweNkosi luzafika njengesela ebusuku; lapho amazulu ayakudlula ngomsindo omkhulu, nezakhi ziyoncibilika ngokushisa okukhulu, nomhlaba nemisebenzi ekuwo kuyakusha.


Ngokuba nina ngokwenu nazi kahle ukuthi usuku lweNkosi luza njengesela ebusuku.


Bheka, ngiza njengesela; Ubusisiwe olindayo, ogcina izingubo zakhe, funa ahambe nqunu, babone ihlazo lakhe.


Ngakho lindani, ngokuba anazi ukuthi iNkosi yenu iyakufika ngasiphi isikhathi.


Ngakho lindani, ngokuba anazi usuku nehora iNdodana yomuntu eza ngayo.


Ngakho khumbula ukuthi wamukele wezwa njani, ubambelele, uphenduke. Ngakho uma ungalindi, ngizakuza kuwe njengesela, njalo kawusoze walazi ihola engizakuza ngalo phezu kwakho.


Kodwa kuyoba usuku olulodwa oluyokwaziwa nguJehova, kungabi yimini noma ebusuku; kodwa kuzakhanya kusihlwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite