Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 23:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 nokubingelelwa ezigcawini, nokubizwa ngabantu ngokuthi Rabi, Rabi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 nokubingelelwa ezigcawini, nokubizwa ngabantu ngokuthi ‘Rabi’.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 nokubingelelwa ezigcawini, nokubizwa ngabantu ngokuthi: ‘Rabi.’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 nokubingelelwa ezigcawini, nokubizwa ngabantu ngokuthi Rabi, Rabi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 23:7
19 Referans Kwoze  

UJesu waphenduka, wababona belandela, wathi kubo: Nifunani na? Basebesithi kuye: Rabi, (okutsho ukuthi, Mfundisi,) uhlala ngaphi?


UNathanayeli waphendula, wathi kuye: “Rabi, wena uyiNdodana kaNkulunkulu; wena uyiNkosi yakwa-Israyeli.


UJesu wathi kuye: Mariya. Waphenduka, wathi kuye: Raboni; okungukuthi: Mfundisi.


Sebemtholile ngaphetsheya kolwandle, bathi kuye: Rabi, ufike nini lapha?


Base beza kuJohane, bathi kuye: “Rabi, lowo owayenawe ngaphesheya kweJordani, owafakaza ngaye, bheka, yena uyabhapathiza, futhi bonke beza kuye.


Yena weza kuJesu ebusuku, wathi kuye: “Rabi, siyazi ukuthi ungumfundisi ovela kuNkulunkulu, ngokuba akakho ongenza lezi zibonakaliso ozenzayo wena, uma uNkulunkulu engenaye.


UJesu waphendula, wathi kuye: “Uthanda ukuba ngenzeni kuwe na? Impumputhe yathi kuye: Nkosi, ukuba ngibone.


UPetru waphendula, wathi kuJesu: “Rabi, kuhle ukuba sibe lapha; elinye libe ngelakho, elinye libe ngelikaMose, elinye libe ngelika-Eliya.


Kepha nina maningabizwa ngokuthi Rabi, ngokuba munye uMfundisi wenu, uKristu; lani lonke lingabazalwane.


Kepha lesi sizukulwane ngiyakusifanisa nani na? Kufana nabantwana abahlezi ezigcawini, bebiza omakhelwane babo;


Wasephendula uJudasi owamnikelayo, wathi: Nkosi, kambe? Wathi kuye: “Wena ushilo.”


Wahle waya kuJesu, wathi: Sawubona, Rabi! wamanga.


UPetru ekhumbula wathi kuye: “Rabi, bheka, umkhiwane owuqalekisileyo ubunile.


Wasesithi kubo ekufundiseni kwakhe: Xwayani ababhali, abathanda ukuhamba bembethe izembatho ezinde, lokubingelelwa ezigcawini;


Esefikile wahle waya kuye, wathi: “Rabhi! wamanga.


Maye kinina baFarisi! ngoba lithanda izihlalo eziphambili emasinagogeni, lokubingelelwa emidangeni.


Kusenjalo abafundi bakhe bamncenga, besithi: Rabi, yidla.


Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?


Abafundi bakhe bathi kuye: Rabi, abaJuda sebefuna ukukukhanda ngamatshe; futhi uya khona futhi?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite