Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 23:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nifana namathuna acakiwe, abonakala emahle ngaphandle, kepha ngaphakathi agcwele amathambo abafileyo nokungcola konke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 “Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nifana namaliba acakiweyo abonakala emahle ngaphandle, kanti ngaphakathi agcwele amathambo abafileyo nokungcola konke!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 “Maye, kini zazimthetho nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nifana namathuna acakiweyo, abonakala emahle ngaphandle kanti ngaphakathi agcwele amathambo abafileyo nokungcola konke!

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nifana namathuna acakiwe, abonakala emahle ngaphandle, kepha ngaphakathi agcwele amathambo abafileyo nokungcola konke.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 23:27
7 Referans Kwoze  

UPawuli wasesithi kuye: UNkulunkulu uzakutshaya wena ludonga olucakiweyo;


Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba ninjengamathuna angabonakali, nabantu abahamba phezu kwawo bengawazi.


Noma yimuphi othinta endle obulewe ngenkemba, noma ofileyo noma ithambo lomuntu noma ithuna, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa.


Izindebe ezishisayo nenhliziyo embi kunjengodengezi lombumbi olumbozwe ngamabibi esiliva.


Kanjalo nani ngaphandle nibonakala kubantu nilungile, kepha ngaphakathi nigcwele ukuzenzisa nobubi.


Bonke abafuna ukubonakala bebahle enyameni, yibona abanicindezela ukuba nisokwe; kuphela funa bazingelwe ngenxa yesiphambano sikaKristu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite