Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 22:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Khona yathi ezincekwini zayo: “Umshado usulungile, kepha abamenyiweyo bebengafanele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Khona yathi ezincekwini zayo: ‘Umshado usulungiselwe, kepha abamenyiweyo bebengafanele;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 “Yayisithi ezincekwini zayo: ‘Idili lomshado selilungisiwe, kepha ababemenyiwe bebengafanele,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Khona yathi ezincekwini zayo: “Umshado usulungile, kepha abamenyiweyo bebengafanele.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 22:8
11 Referans Kwoze  

Unamagama ayingcosana naseSardesi alabo abangangcolisanga izingubo zabo; bayakuhamba nami ngembethe ezimhlophe, ngokuba bafanele.


okuwuphawu lokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu, ukuze nibalwe njengabafanele umbuso kaNkulunkulu, enihlupheka ngenxa yawo;


Khona oPawulu noBarnaba bakhuluma isibindi, bathi: “Bekufanele ukuba izwi likaNkulunkulu likhulunywe kini kuqala;


Babusisiwe abagcina imiyalo yakhe, ukuze babe negunya emthini wokuphila, futhi bangene emzini ngamasango.


Ngakho lindani njalo, likhuleke, ukuze kuthiwe lifanele ukuphunyuka kuzo zonke lezizinto eziyakwenzeka, lokuma phambi kweNdodana yomuntu.


Kodwa labo okuthiwa bafanele ukuthola lelolizwe lokuvuka kwabafileyo kabathathani, kabendiswa;


UJesu wathi kubo: “Abendlu yomyeni bangalila yini, umyeni enabo na? kodwa ziyakufika izinsuku, lapho umyeni ezakususwa kubo, khona-ke bezakuzila.


Kodwa inkosi yathukuthela yathukuthela, yasithuma amabutho ayo, abhubhisa labobabulali, atshisa umuzi wabo.


Ngakho hambani niye ezindleleni, nibizele emshadweni bonke eningabafumana;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite