Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 22:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Waphinda wathuma ezinye izinceku, wathi: ‘Tshelani abamenyiweyo ukuthi: Bhekani, sengilungisile isidlo sami, izinkabi zami nokukhuluphalisiweyo sekuhlatshiwe, konke sekulungisiwe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Waphinda wathuma ezinye izinceku, wathi: ‘Shonini kwabamenyiweyo ukuthi: Bhekani, sengilungisile ukudla kwami; izinkabi zami nokunonileyo sekuhlatshiwe; konke sekulungile, wozani emshadweni.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 “Wabuye wathumela ezinye izinceku, wathi: ‘Tshelani abamenyiweyo, nithi: sengilungise ukudla kwami; izinkabi zami nezinkomo zami ezikhulupheleyo sezihlatshiwe; konke sekulungile, wozani emshadweni.’ ”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Waphinda wathuma ezinye izinceku, wathi: ‘Tshelani abamenyiweyo ukuthi: Bhekani, sengilungisile isidlo sami, izinkabi zami nokukhuluphalisiweyo sekuhlatshiwe, konke sekulungisiwe;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 22:4
18 Referans Kwoze  

Khona oPawulu noBarnaba bakhuluma isibindi, bathi: “Bekufanele ukuba izwi likaNkulunkulu likhulunywe kini kuqala;


Abuye wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala, benze njalo nakuzo.


Yena ongayigodlanga eyakhe iNdodana, kepha wayinikela ngenxa yethu sonke, uyakuba kanjani ukuba angasiphi ngesihle kanye nayo na?


Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.


Wathuma inceku yakhe ngesikhathi sokudla ukuba ithi kwabamenyiweyo: Wozani; ngoba konke sekulungile.


Khona yathi ezincekwini zayo: “Umshado usulungile, kepha abamenyiweyo bebengafanele.


Ngangena ensimini yami, dadewethu, makoti wami; Ngabutha imure lami namakha ami; Ngadla amakhekheba ami nezinyosi zami; Ngaphuza iwayini lami kanye nobisi lwami; dlani, oh bangane! phuzani, yebo, phuzani kakhulu, zithandwa.


Ngokuba wena, Jehova, umuhle, ukulungele ukuthethelela; futhi kuvama umusa kubo bonke abakhuleka kuwe.


Akavumanga ukulalela, akacabanganga ngezimangaliso zakho owazenza phakathi kwabo; kepha wena wazenza lukhuni izintamo zabo, wabeka umbusi ekuhlubukeni kwabo ukuba babuyele ebugqileni babo; kepha Wena unguNkulunkulu othethelelayo, onomusa nesihe, obhekakade, nomusa omkhulu, futhi awuzange ubalahle.


Isidlo semifino lapho kukhona uthando singcono kunenkabi yesibaya kanye nenzondo.


Kodwa kabananzanga, basuka, omunye waya ensimini yakhe, omunye waya entengweni yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite