Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 22:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Sebezwile lawo mazwi bamangala, bamshiya, bahamba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Sebezwile lokho bamangala, bamshiya, bamuka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Sebekuzwile lokho bamangala, base bemshiya, bahamba.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Sebezwile lawo mazwi bamangala, bamshiya, bahamba.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 22:22
10 Referans Kwoze  

Base befuna ukumbamba, kepha besaba isixuku, ngokuba bazi ukuthi uwukhulume ngabo lo mfanekiso; bamshiya, bamuka.


Ukukhuluma kwenu makube nomusa njalo, kuyolisiwe ngosawoti, ukuze nazi enifanele ukubaphendula ngakho bonke abantu.


Kodwa babengelakho ukumelana lokuhlakanipha loMoya ayekhuluma ngaye.


Akwabangakho-muntu owakwazi ukumphendula izwi;


Kwathi amaxuku ekuzwa lokho, amangala ngokufundisa kwakhe.


Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.


Ngokuba ngiyakuninika umlomo nokuhlakanipha, abangayikuphika noma ukumelana nabo bonke abamelene nani.


UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite