Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 22:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Lezozinceku zaphuma zaya ezindleleni, zabutha bonke ezabafumanayo, ababi nabahle; umshado wagcwala abahlezi ekudleni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Lezo zinceku zaphuma, zaya ezindleleni, zabutha bonke ezabafumanayo, ababi nabahle; indlu yomshado yagcwala abahleziyo ekudleni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 “Lezo zinceku zaphuma, zaya emigwaqweni, zaqoqa bonke ezabafumanayo, ababi nabahle. Indlu yomshado yagcwala phama ababemenyiwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Lezozinceku zaphuma zaya ezindleleni, zabutha bonke ezabafumanayo, ababi nabahle; umshado wagcwala abahlezi ekudleni.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 22:10
15 Referans Kwoze  

Emva kwalokho ngabona, bheka, isixuku esikhulu ebesingenakubalwa muntu, siphuma kuzo zonke izizwe, nemindeni, nabantu, nezilimi, simi phambi kwesihlalo sobukhosi naphambi kweWundlu, sembethe izingubo ezimhlophe, namasundu embethe izingubo ezimhlophe izandla zabo;


Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;


Futhi nxa ngifika futhi, uNkulunkulu wami angithobise phakathi kwenu, ngilile abaningi asebevele bonile, abangaphendukanga ekungcoleni, nasebufebeni, nasebubini ababenzayo.


Zisaya kothenga, wafika umyeni; lezo ezazilungile zangena laye emshadweni, umnyango wavalwa.


Bahlabelela isihlabelelo esisha, bethi: Ufanele ukuyithatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wasihlengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuzo zonke izizwe, nezilimi, nabantu, isizwe;


Insimu ngumhlaba; imbewu enhle ngabantwana bombuso; kodwa ukhula lungabantwana bomubi;


UJesu wathi kubo: “Abendlu yomyeni bangalila yini, umyeni enabo na? kodwa ziyakufika izinsuku, lapho umyeni ezakususwa kubo, khona-ke bezakuzila.


Ngakho hambani niye ezindleleni, nibizele emshadweni bonke eningabafumana;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite