Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Isixuku esikhulu kakhulu sendlala izingubo zaso endleleni; abanye bagawula amagatsha emithini, bawandlala endleleni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Iningi lesixuku lendlala izingubo zalo endleleni, kepha abanye bagawula amahlamvu emithini, bawendlala endleleni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Isixuku esikhulu sendlala izingubo zaso endleleni, abanye bagawula amagatsha emithi, bawendlala endleleni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Isixuku esikhulu kakhulu sendlala izingubo zaso endleleni; abanye bagawula amagatsha emithini, bawandlala endleleni.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:8
6 Referans Kwoze  

Yathatha amagatsha esundu, yaphuma ukumhlangabeza, yamemeza yathi: “Hosana!


Base beshesha, kwaba yilowo nalowo ingubo yakhe, bayibeka esiqongweni sezitebhisi phansi kwakhe, babetha amacilongo, bathi: “UJehu uyinkosi.”


Ngosuku lokuqala kumelwe nizithathele amagatsha emithi emihle, amagatsha esundu namagatsha ezihlahla eziminyene nemizaneni emfuleni; nijabule phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu izinsuku eziyisikhombisa.


Baletha imbongolo nethole, babeka izingubo zabo phezu kwazo, bamhlalisa phezu kwazo.


Abaningi bendlala izingubo zabo endleleni, kepha abanye bagawula amagatsha emithini, bawandlala endleleni.


Esahamba, bendlala izingubo zabo endleleni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite