Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Nakho konke eniyakukucela ngokukhuleka nikholwa, niyakwamukeliswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 nakho konke eningakucela ngokukhuleka nikholwa niyakukwamukeliswa.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Konke eniyakukucela emkhulekweni, nikholwa, niyakukwamukeliswa.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Nakho konke eniyakukucela ngokukhuleka nikholwa, niyakwamukeliswa.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:22
11 Referans Kwoze  

Celani, lizaphiwa; funani, niyakufumana; ngqongqothani, niyakuvulelwa;


Ngakho-ke ngithi kini: Konke enikucelayo nikhuleka, kholwani ukuthi nikutholile, niyakuba nakho.


Futhi loba yini esiyicelayo siyakwemukela kuye, ngoba sigcina imilayo yakhe, njalo senza okuthandekayo phambi kwakhe.


Futhi ngithi kini: Uma ababili kini emhlabeni bevumelana nganoma yini abangayicela, bayakuyenzelwa nguBaba osezulwini.


Vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko wolungileyo unamandla amakhulu.


Noma yini eniyakukucela egameni lami ngiyakukwenza ukuba uBaba akhazimuliswe eNdodaneni.


Kuze kube manje anikaceli lutho egameni lami; celani, nizakwamukeliswa, ukuze ukuthokoza kwenu kugcwale.


Uma nihlala kimi, namazwi ami ehlala kini, niyakucela enikuthandayo, niyakukwenzelwa.


Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite