Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Wabona umkhiwane ngasendleleni, waya kuwo, akafumananga lutho kuwo, amaqabunga kuphela; Umkhiwane wabuna masinyane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Wabona umkhiwane owodwa ngasendleleni, weza kuwo; akafumananga lutho kuwo, amaqabunga odwa. Wayesethi kuwo: “Akungabe kusavela sithelo kuwe naphakade.” Umkhiwane wabuna khona lapho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Wabona umkhiwane owodwa ngasendleleni, waya kuwo, kodwa akatholanga lutho kuwo, ngaphandle kwamaqabunga kuphela. Wayesethi kuwo: “Akungabe kusavela sithelo kuwe naphakade.” Umkhiwane wabuna ngaso leso sikhathi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Wabona umkhiwane ngasendleleni, waya kuwo, akafumananga lutho kuwo, amaqabunga kuphela; Umkhiwane wabuna masinyane.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:19
17 Referans Kwoze  

Bavuma ukuthi bayamazi uNkulunkulu; kodwa bayamphika ngemisebenzi, benengekayo, nabangalaleliyo, nakuyo yonke imisebenzi emihle bengaboshiwe.


Uma umuntu engahlali kimi, ulahlwa ngaphandle njengegatsha, abune; bawabuthe, bawaphonse emlilweni, ashiswe.


Kalokhu izembe selibekiwe empandeni yemithi; ngakho yonke imithi engatheli izithelo ezinhle iyagawulwa, iphonswe emlilweni.


Amagatsha wonke akimi angatheli isithelo uyawasusa;


UJesu waphendula, wathi kuwo: “Akungabe kusadla muntu isithelo kuwe kuze kube phakade. Abafundi bakhe bezwa lokho.


Ongalungile makenze okungalungile; nongcolileyo makaqhubeke engcolile, nolungileyo makaqhubeke elungile, nongcwele makahlale ngcwele.


Laba bangamabala emikhosini yenu yothando, lapho bedla nani, bezidlisa ngaphandle kokwesaba; bangamafu angenamanzi, apheshulwa ngumoya; izihlahla ezibunayo, ezingatheli, ezifile kabili, ezisitshulwe;


benesimo sokumesaba uNkulunkulu, kepha amandla ako bewaphika;


Yasibiyela, yakhipha amatshe aso yatshala kuso umvini omuhle kakhulu wakha umbhoshongo phakathi kwaso, wenza nesikhamo sewayini kuso; futhi wabheka ukuthi yayiyoveza izithelo zomvini, futhi yathela izithelo zomvini zasendle.


Ngiyakubaqeda impela, usho uJehova; kungabikho zithelo zomvini emvinini, namakhiwane emkhiwaneni, amaqabunga abune; futhi izinto engibanike zona ziyodlula kubo.


Sebekubona lokho abafundi bakhe bamangala, bathi: “Umkhiwane ubune masinyane kangakanani na?


Kwathi ekuseni bedlula, babona umkhiwane womile kusukela ezimpandeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite