Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 20:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wasesithi kubo; Yanini nani esivinini, futhi ngizoninika noma yini efanele. Bahamba-ke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 nakubo wathi: ‘Yanini nani esivinini; ngiyakuninika okufaneleyo.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 nakubo wathi: ‘Hambani nani niye esivinini; ngiyakuninika okufaneleyo.’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Wasesithi kubo; Yanini nani esivinini, futhi ngizoninika noma yini efanele. Bahamba-ke.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 20:4
12 Referans Kwoze  

Ngakho-ke bophani izinkalo zengqondo yenu, nizithibe, nithembele kuze kube sekupheleni umusa ozolethwa kini ekwambulweni kukaJesu Kristu;


Likholekile leli zwi, futhi lezizinto ngithanda ukuba uziqinise ungayeki, ukuze abakholwa nguNkulunkulu baqaphele ukugcina imisebenzi emihle. Lezi zinto zinhle futhi zinenzuzo kubantu.


Makhosi, yiphani izinceku zenu ukulunga nokulingana; nazi ukuthi nani nineNkosi ezulwini.


Babenjalo abanye kini, kepha senagezwa, senangcweliswa, senalungisiswa egameni leNkosi uJesu Kristu nangoMoya kaNkulunkulu wethu.


Esadlula lapho uJesu wabona indoda, igama layo linguMathewu, ihlezi endaweni yokuthela, wathi kuyo: “Ngilandele. Wasuka-ke, wamlandela.


Waphuma ngehora lesithathu, wabona abanye bemi esigcawini, bengenzi lutho;


Wabuya waphuma futhi ngehora lesithupha nelesishiyagalolunye, wenza njalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite