Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 20:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kwathi abayishumi bekuzwa bazithukuthelela izelamani ezimbili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Bathi ukuzwa lokho abayishumi, bazithukuthelela izelamani ezimbili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Sebekuzwile lokhu abayishumi, bazithukuthelela izelamani ezimbili.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Kwathi abayishumi bekuzwa bazithukuthelela izelamani ezimbili.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 20:24
13 Referans Kwoze  

Ngokunjalo, nina basha, thobelani abadala. Yebo, nonke thobelani omunye komunye, nembathe ukuthobeka, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.


Kepha uma ninomhawu obabayo nokubanga ezinhliziyweni zenu, ningazibongi, ningaqambi iqiniso amanga.


Ningenzi-lutho ngombango nangodumo lweze; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani.


Uthando luyabekezela, lunomusa; uthando alunamhawu; uthando aluzikhukhumezi, aluzikhukhumezi;


Kwathi abayishumi bekuzwa baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane.


Ngokuzigqaja kuvela ukuxabana kuphela, kodwa kwabahlakaniphileyo kukhona ukuhlakanipha.


Wathi kubo: “Impela nizakuphuza indebe yami, nibhapathizwe ngombhapathizo engibhapathizwa ngawo mina; kulabo abakulungiselweyo nguBaba.


Kepha uJesu wababizela kuye, wathi: “Niyazi ukuthi ababusi bezizwe babusa phezu kwazo, nezikhulu zazo ziphethe amandla phezu kwazo.


Kodwa uJesu ekubona wathukuthela, wathi kubo: Vumelani abantwana abancane beze kimi, lingabenqabeli, ngoba umbuso kaNkulunkulu ungowabanjalo.


Umphathi wesinagoge waphendula ngokuthukuthela, ngokuba uJesu esilisa ngesabatha, wathi kubantu: Zikhona izinsuku eziyisithupha okufanele kusetshenzwe ngazo; ngakho wozani ngazo, niphulukiswe, kungabi ngesabatha usuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite