Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 20:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kwase kufika kuye unina wamadodana kaZebedewu namadodana akhe, wakhuleka, ecela into kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Khona kwafika kuye unina wamadodana kaZebedewu kanye namadodana akhe; wakhuleka, wacela into kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Kwase kuza kuye unina wamadodana kaZebedewu namadodana akhe. Wakhuleka, wayesecela okuthile kuye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Kwase kufika kuye unina wamadodana kaZebedewu namadodana akhe, wakhuleka, ecela into kuye.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 20:20
10 Referans Kwoze  

Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.


Eqhubeka esuka lapho wabona ezinye izelamani ezimbili, uJakobe kaZebedewu noJohane umfowabo, besemkhunjini kanye noZebedewu uyise, belungisa amanetha abo; wasebabiza.


phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe noJose, nonina wamadodana kaZebedewu.


Kwakukhona nabesifazane bebukele bekude, phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe omncinyane nokaJose, noSalome;


Zase zingena endlini, zabona umntwana noMariya unina, zawa phansi, zakhuleka kuye; igolide, nenhlaka, nomure.


Sebembonile bakhuleka kuye, kodwa abanye bangabaza.


Wasesiza wakhuleka kuye, wathi: Nkosi, ngisize.


Basebesiza ababesemkhunjini, bakhuleka kuye, besithi: Isibili wena uyiNdodana kaNkulunkulu.


Amagama abaphostoli abayishumi nambili yilawa; owokuqala nguSimoni othiwa uPetro, loAndreya umfowabo; uJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite