Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 20:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kwathi uJesu ekhuphukela eJerusalema wathatha abafundi abayishumi nambili ngasese endleleni, wathi kubo:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kwathi uJesu esezakwenyukela eJerusalema, wathatha abafundi abayishumi nambili, wagudluka nabo; besesendleleni, wathi kubo:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Kwathi uJesu esekhuphukele eJerusalema, wathatha abafundi abayishumi nambili, waqhelela nabo eceleni. Sebesendleleni, wathi kubo:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kwathi uJesu ekhuphukela eJerusalema wathatha abafundi abayishumi nambili ngasese endleleni, wathi kubo:

Gade chapit la Kopi




Mathewu 20:17
8 Referans Kwoze  

Hhayi kubantu bonke, kodwa kubofakazi abakhethwe ngaphambili nguNkulunkulu, kithina esadla, saphuza naye emva kokuvuka kwakhe kwabafileyo.


Kusukela manje anginibizi ngokuthi izinceku; ngokuba inceku ayikwazi okwenziwa inkosi yayo; ngokuba konke engikuzwile kuBaba nginazisile khona.


Ngangomuso izixuku eziningi ezazize emkhosini zizwa ukuthi uJesu uyeza eJerusalema;


Kwathi uJesu esefikile emikhawulweni yeKesariya yeFiliphi, wabuza abafundi bakhe, wathi: Abantu bathi mina iNdodana yomuntu ngingubani?


Waphendula, wathi kubo: “Ngokuba niphiwe nina ukwazi izimfihlakalo zombuso wezulu, kepha bona kabakuphiwanga.


INkosi yasisithi: Ngifihlele uAbrahama engikwenzayo yini?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite